Get your tickets now before they are sold out!
Join us for an epic showdown between Team White and Team Black in a thrilling music event that you don't want to miss!
Date: July 6, 2025
Time: 11:00 AM - 8:00 PM
Location: Mtubatuba, KwaMsane Inkosi Mzondeni Civil Centre [Next To KwaMsane Library]
Thenga ithikithi lakho njengamanje ukuze uzozibonela ngawakho amehlo zisina zidedelana zishiyelana inkundla. Kulomnciphi kuqhathwe amabhinca kanye nezinye izinhlobo zobuciko. Kuzobe kunandisa abaculi kanye nabadansi abahlukahlukene. Ungaziphuthiseli ngalomcimbi phuthuma uthenge ithikithi lakho njengamanje lisesemananini aphansi ngoba azonyuka ngokuhamba kwesikhathi.
Qinisekisa ukuthi ithikithi ulithenga ezindaweni ezigunyaziwe kuphela ukuze uzogwema ukuthenga ithikithi elingasebenzi.
Mayelana neTransport kanye nokunye okuningi whatsapp 082 545 9918
Mtubatuba, South Africa
Cairo UmntoMnyamA