?WALALA WASALA KOBE KUSINDWE NGOBETHOLE.... ?
??❤️?? please kindly check out our official Poster for Imbizo kaMaskandi Festival eGugwini Sport's Ground on the 26th of December 2022❤️❤️❤️you are cordially invited. Amathikithi aseyatholakala sicela usixhume. You can also get them from SHOPRITE!
As IMBIZO KAMASKANDI FESTIVAL ORGANIZERS, We are pleased to invite you in a one-day event (Maskandi Festival) to celebrate our culture as AMABHINCA and Maskandi Music. The event will be held at GUGWINI SPORT’S GROUND on the 26th of December 2022, from 12:00 till late.
Inhlosi yalomcimbi ukutshengisa ukuzigqaja ngobuthina singamabhinca kumbe isizwe esimnyama kanjalo nokuhlanganisa umphakathi wase’Mzikhulu namaphethelo ikakhulukazi abantu abasha. Ngokukhulu ukuzithoba nenhlonipho siyacela futhi siyakunxusa ukuthi ubekanyenathi ngalolusuku oluyobe lulukhulu kangaka. Lokho kosithokozisa kakhulu singumphakathi wase Gugwini.Sinxusa ubukhona bakho kulomcimbi, Siyokuthokozela ukuphumelela kwakho , isanadla sodluli’khanda.
FOR MORE INFO CONTACT :
0780519061 ( Mongameli M)
0764499830 (Yandisa M) . mazongolomongameli@gmail.com
memelayandisa@gmail.com
uMzimkulu, Gugwini, Ward 14
Download the guides below to set up the Computicket Scanner App for ticket validation at your events.